communityLocal newsNews

Ugcotshwe ngesizotha umholi omusha wama Trinity

Ibandla lama Trinity lamukele ngokusemthethweni umholi walo omusha

Amalunga ebandla i-Trinity Light Church Emseni abonakala egwaba enkonzweni yomlindelo ngoMqgibelo   Ekuvukeni. Emva kwe nkonzo amalunga abe esezitika ngezibiliboco njengoba ebehlatshelwe inkomo.
Amalunga ebandla i-Trinity Light Church Emseni abonakala egwaba enkonzweni yomlindelo ngoMqgibelo Ekuvukeni. Emva kwe nkonzo amalunga abe esezitika ngezibiliboco njengoba ebehlatshelwe inkomo.

Inkonzo yokwamukela uMfundisi ngokusemthethweni ebandleni lama Trinity ibe impumelelo enkulu. Lelibandla iTrinity lIght Church ligcobe ngokusemthethweni uMfundisi uMbango Shabalala ukuba abe ummholiwalo omusha. Wamukelwa ngamaculo amnadi  kanti futhi nemimoya ibiphezulu kakhulu.

Kungenkathi kugcotshwa umfundisi Mbango Shabalala webandla i-Trinity Light Church Emseni Ekuvukeni nge Sonto. Ubonakala ephuziswa iwayini ngu Mbhishobhi njengophawo lamaKresto ukuhlonipha umgcotshwa. Imvuselelo ekade ingoMgqibelo ubusuku bonke ibihanjelwa ngamagatsha ahlukeni kanti futhi lenkonzo ibiphakeme kakhulu ngenxa yomculo.

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button