communityLifestyleLocal newsNews
Isibhedlela i-CJM siqinisekisa ukunciphisa ‘imikhuhlane’ ezinganeni
Umgomo wezingane wenziwa minyaka yonke nguMnyango wezeMpilo

UMnyango wezeMpilo ubunohlelo lokuqinisekisa ukuvikeleka kwezingane emkhuhlaneni lapho bebevakashela khona izinkulisa, ophilamtwana, ukuze bakwazi ukunikeza abantwana umgomo. Loluhlelo lwenziwa umnyango okungenani kabilingonyaka. Indawo yase Nquthu ingezinye ezizibandakanye kakhulu kulokhu njengoba abasebenzi basesibhedlela i-Charles Johnson Memorial bebesezikhungweni ezahlukene kusukela ngomhlaka 20 April kuyaku 24 April beqhuba loluhlelo noluhambe kahle kakhulu.

At Caxton, every story is written by humans. We use AI only to perform quality checks - never to generate the news. Happy reading!



