communityCommunity galleriesGalleriesLocal newsNews

Kuqwashiswa ngesifo sengculaza

Umkhankaso oba minyaka yonke wokuqwashisa ngesifo sengculaza eNdumeni

Umkhankaso oba minyaka yonke wokuqwashisa ngesifo sengculaza eNdumeni unanelwe ngamazwi okukhalaza ngezindlu kanye nokuswelakala kwentuthuko kuhlanganisa ugesi.

 

Umphakathi wase Glenridge ( Glencoe) ngomhlaka 16 October awuzange ulithole ithuba lokuphakamisa izikhalazo zawo kuMeya wedolobha uKhansela Thulani Mahaye obehambisana namakhansela kanye nezimenenja.

 
UMenenja osabambe okwesikhashana futhi ongumgcini mali,uNkk Bonga Mkhize, uchaze kabanzi ngezinsiza ezivela emahhovisi akhe.

 

Noma ke ekugcineni lomphakathi ugcine usuthotshwa izinhliziyo ngamaphasela okudla ukuze kuthi nalabo abagulayo abadla amaphilisa basizakale.

 

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button