Editor's choiceLocal newsNews
Close call in Nquthu between ANC and IFP
Coalition may be the way to go in Nquthu

Kulolukhetho emkhandlwini wase Nquthu i-ANC ithole izihlalo ezingu-14 ibambene phansi ne-Nkatha Freedom Party ethole izihlalo ezingu-15. I-Economic Freedom Fighters yona ithole isihlalo esisodwa kanye ne-DA. Njengamanje abantu abaningi bakholelwa i-ANC izowubiyisa ngakuyo umkhandlu waseNquthu kanti nayo i-IFP qobolwayo iyakholelwa ekutheni isiwuthathile njengoba ibonakele izithokozisa ijabulela ith ‘imhlulile uKhongolose’. Kulindeleke ukuba i-IFP noma i-ANC ithole izihlalo ezingaphezu kuka-16 ukuze bathathe uMkhandlu, kanti lokhu kulele ekutheni amaqembu amancane azoseka bani ngezihlalo zawo emkhandlwini
At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!



