communityCrimeLocal newsNews

Kucelwa amakhansela ukuba angenelele

Bahlalela ovalweni abahlali bakuBirkett street e-Dundee.

Lo owesifazane ubonakala ezikhulula kwesinye sezintende esingakhiwe ku-Birkett Street ngenxa yokungabikho kwezindlu zangasese namanzi. Izakhumuzi kulendawo zithi lesitende sesihlala sinephunga lokho osekudale inkinga nasemindenini eseduzane. Zithi lezakhamuzi kugcono isuswe lendawo nanxa yondla amalunga omphakathi kuMzinyathi nase Ndumeni. Zithi lezakhamuzi kudala zicela usizo lwamakhansela ukuba anganelele kungaze konakale kakhulu. Zithi ziningi izincwadi ezibhalelwa amakhansela no Meya kodwa kuze kube manje abagqizwa qakala.

Lemigulukudu ibonakala idlala amadayisi kwelinye lanajalidi angenamuntu ngaseCrisis Centre ngenkathi abantu abadala nentsha bemukela amasi no-juice nokunye kule-centre emva kokuletha imfucuza. Izakhamuzi ezihlala eduzane nale centre kuBirkett Street 'seziwotha ebomvu' zithi kwephulwa amalungelo azo, bathi kungcono le sikhungo sivalwe ngoba sebehlala endaweni engaphephile. Izikhulu kulesikhungu zibike ukuthi sekukaningi zibikela amaphoyisa ngalokugembula kodwa akwenzeki lutho.
Lemigulukudu ibonakala idlala amadayisi kwelinye lanajalidi angenamuntu ngaseCrisis Centre ngenkathi abantu abadala nentsha bemukela amasi no-juice nokunye kule-centre emva kokuletha imfucuza. Izakhamuzi ezihlala eduzane nale centre kuBirkett Street ‘seziwotha ebomvu’ zithi kwephulwa amalungelo azo, bathi kungcono le sikhungo sivalwe ngoba sebehlala endaweni engaphephile. Izikhulu kulesikhungu zibike ukuthi sekukaningi zibikela amaphoyisa ngalokugembula kodwa akwenzeki lutho.

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button