
Umhlaba wonke ububungaza usuku lomama ngomhlaka 11 May nokungusuku olubalulekile komama oluyinkomba yokuthi nabo babalulekile ezimpilweni zabanye abantu. Kungalolusuku lapho abantwana befuna ukukhipha unyawo babonise omama babo ukuthi babathanda kangakanani ngokuba babanikeze izipho okubabonga ngakho konke ababenzele kona.

At Caxton, every story is written by humans. We use AI only to perform quality checks - never to generate the news. Happy reading!



