communityLocal newsNews

Letter to the Editor

Abaphenyi benkampani yakwa Gobodo okungachaziwe ukuthi ihlobene kanjani noNational Commissioner wakwa Godobo.

Mheli
Malumiswe loluhlelo ngalesizathu ezilandelayo ukunqanda inkohlakalo:
1. Ukungacacisi kwenkomishani yokubuyiswa komhlaba mayelana namaloja okuyiwona axova loluhlelo.
2. Ukubhaliswa kwabashansayo abangahlangeneneFarm Doctor neMabhodleni. Isibonelo abantu basenkomponi yakwa Ndayingana.
3. Kushiywe ngaphandle abaningi ababehlala eFarm Doctor naseManhodleni.
4. Ukuphathwa kohlelo izingane nababengahlali kulezindawo abanganamlando ngezakhamuzi.
5. Ukuphathwa kohlelo isisebenzi sakwaMasipala ebesithinteka kakhulu ekudayisweni kweziza zabantu.
6. Abaphenyi benkampani yakwa Gobodo okungachaziwe ukuthi ihlobene kanjani noNational Commissioner wakwa Godobo.
7. Makwakhiwe ikomiti labantu abadala ababehlala eFarm Doctor naseMabhodleleni lisebenzisana noMyango, nabaphenyi, namafayela akwaMasipala bese kubizwa umuntu ngamunye okuyilisti ezochaza ukuthi babakhe kuphi kulezindawo.
8. Izakhamuzi zingacela nosizo lwabameli kwa Legal Resource Centre uma umnyango uqubeka naloluhlelo olunenkohlakalo.
Isakhamuzi sase Farm Doctor

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button