Local newsNews
‘Idlozi livumile’ kusho uNokuthula Majola
Umndeni kanye nabangani babungaza lomncimbi ndawonye, bekuculwa amaculo eSintu kanye nomdanso weSintu.
Umncimbi kaNokuthula Majola owayebuya ephehlweni wahamba kahle ngempela sonto.
Umndeni kanye nabangani babungaza lomncimbi ndawonye, bekuculwa amaculo eSintu kanye nomdanso weSintu. uNokuthula ubonge kakhulu uGobela wakhe u-Masikisiki, odade nobhuti bakhe basedlozini kanye nomndeni wakhe wonkana.
Funda iphephandaba leviki elizayo ukuze uthole indaba egcwele.
ALSO READ: Traditional Zulu stick fighting heralds arrival of Heritage Month at Talana Museumi

HAVE YOUR SAY:
Like our Facebook page, follow us on Twitter and Instagram or email us at dundee.courier@caxton.co.za. Add us on WhatsApp 071 277 1394.
At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!















