Local newsNews

Isexwayiso esiphuthumayo esivela emaphoyiseni

Sekukaningi abantu bebanjwa inkunzi okanye bekhonjwa ngezibhamu.

Isixwayiso esiphuthumayo esivela emaphoyiseni ku Captain V Mbense, Isikhulu Sezokuxhumana eDundee, ngokuphepha njengoba sesikwi-festive season.

“Sekwileso sikhathi onyakeni lapha izinhlangano zezitokofela zihlukanisa izimali kanye nokudla, siqwashisa amalunga ezinhlangano ukuthi agweme ubugebengu ubuhambisana nalokhu. Uma niyohlukanisa imali noma ukudla niyakwazi ukufika emaphoyiseni kusanesikhathi nicele ukuthi aniphelezele ngalolusuku eniyohlukanisa ngalo.”

Sekukaningi abantu bebanjwa inkunzi okanye bekhonjwa ngezibhamu. Uma umphakathi udinga ulwazi oluthe xaxa xhumana no Capt Mbense kule nombolo 034 299 9755.

ALSO READ: Savvy tips to safe-guard stokvel savings


HAVE YOUR SAY:
Like our Facebook page, follow us on Twitter and Instagram or email us at dundee.courier@caxton.co.za. Add us on WhatsApp 071 277 1394.

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button