Dundee CourierLettersLocal newsNewsOpinion

Mhleli: Ngidlulisa amazwi enduduzo kumndeni wakwa Nkosi

Siyathemba ukuthi uzolala ngokuphumula nokuthi umndeni wakhe kanye nabangani baqhine idolo babeke ithemba eNkosini.

Mheli

Sibuhlungu ngokuhamba kwa Mnz Mbazo Nkosi ebeyilunga eliqavile lomphakathi wase Sithembile, obekade futhi waba isekela lemeya phambilini kuMasipala wase Ndumeni.
Umnz Mbazo uyibekile induku ebandle njengoba kade eyisithunywa somphakathi waku Wardi 3, kuningi asenzele kona njengomphakathi futhi usishiye izinhliziyo zethu zibuhlungu nangendlela ahamba ngayo emhlabeni.
Siyathemba ukuthi uzolala ngokuphumula nokuthi umndeni wakhe kanye nabangani baqhine idolo babeke ithemba eNkosini.

Ozithobayo
Ilunga lomphakathi waku wardi 3


HAVE YOUR SAY: Like our Facebook page, follow us on Twitter and Instagram or email us at dundee.courier@caxton.co.za.  Add us on WhatsApp 071 277 1394.

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button