
Mhleli
Ngithanda ukuthatha lelithuba lokundlulisa ukubonga umkhandlu wase Ndumeni no -SEDA ngokungisiza ezikhathini uma ngidinga usizo nolwazi lokuthunga. Ngibonga uDokotela Mdinisi ngokukholelwa ephupheni lami.
Ngobonga kakhulu nabasebenzi base -Renk internet cafe nosisi Buhle Thompson.
Ngibonga nabo bonkeabangisiza ngokuxhasa njengoba ngiwumsiki wenqephu ehambisana nesikhathi senqephu.
Ngisafufusa ngidinga usizo olunye ngoba inhloso yami ukusiza intsha yase Ndumeni namaphethelo.
Bengicela ongangilulela isandla kule nkampani yami ngemali yokuthenga izindwangu ukuze sokwazi ukuvula isitolo esisezingeni eliphezulu.
Ngitholakala kulezinombolo zocingo 078 447 3145 noma 073 431 9322.
Obhalile Monde Mthembu (Stikman)



