LettersOpinion

Inselelo kuMeya, amaKhansela, uCogta kanye nomphakathi wonkana

Mhleli Kuyinhlamba nokweyisa ukuchaza imashi ngokuthi ibihlelwe nguANC. Kepha ihlelwe indlela eniphethe ngayo uMkhandlu. Funda ushicilelo lomhlaka June 20 ikhasi 10 ku Courierisihloko esithi: Koze kubenini sikhala singumphakathi waseNdumeni? Wozani nizochazela umphakathi ngalokho okubhalwe lapho nakwi memoranduim. Biza izimbiza njengoba ubuhlala wenza nizochaza. Sizobona ukuthi ubungazibizi ngoba ungunontanda ungunontandakubukwa. Yiba indada eneqiniso nesingayethemba. Imisebenzi okhuluma …

Mhleli
Kuyinhlamba nokweyisa ukuchaza imashi ngokuthi ibihlelwe nguANC.
Kepha ihlelwe indlela eniphethe ngayo uMkhandlu. Funda ushicilelo lomhlaka June 20 ikhasi 10 ku Courierisihloko esithi: Koze kubenini sikhala singumphakathi waseNdumeni?
Wozani nizochazela umphakathi ngalokho okubhalwe lapho nakwi memoranduim. Biza izimbiza njengoba ubuhlala wenza nizochaza.
Sizobona ukuthi ubungazibizi ngoba ungunontanda ungunontandakubukwa. Yiba indada eneqiniso nesingayethemba.
Imisebenzi okhuluma ngayo eyenziwe bekuvele ifanele ukwenziwa ngokwe IDP, ngemali yentela yethu hayi iqembu le-IFP noma le-ANC.
Silindele imbizo bo sizovumelanani sisonke ngokubhekwana ngomonakalo eniwenzile.
Ngu Sifunukwazi

At Caxton, every story is written by humans. We use AI only to perform quality checks - never to generate the news. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button