LettersOpinion

Isicelo ku Dundee /Glencoe Taxi Association

Kungani amatekisi engangeni e-Marikana, yingoba thina singabalulekile yini?

Mhleli – Singumphakathi wase-Marikana sicela nathi nisithathe njengengxenye yomphakathi wase Sithembile, namadoshi.

Kungani amatekisi engangeni e-Marikana, yingoba thina singabalulekile yini? Kuyaxaka ngoba uma kuvotwa amatekisi aguduzalokhu okuxakile eqoqa abanthu eMarikana.

Abanye babasebenzi basematekisi bahlala khona eMarikana. sicasthangelwa ngisho siphethe izimpahla, noma kunomoya omkhulu nezimvula ezinkulu.

Silahlwa le ngase sikoleni e-Mpisini, futhi ntambamba kuphela. Naze nasi hlukumeza bo!

Asicabangeleni phela.

Ilunga lomphakathi ohlukumezekile e-Marikana


HAVE YOUR SAY:
Like our Facebook page, follow us on Twitter and Instagram or email us at dundee.courier@caxton.co.za.  Add us on WhatsApp 071 277 1394.

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button