NV000768

Press and Notice Board Advert (isiZulu)

Isicelo semvume yokwenza Izinto Ezivumelekile ngokweSigaba 6 (1) soMthetho kaMasipala WeTheku Wohla Lwezinto Ezivumelekile Lesi yisaziso sokwenziwa kwesicelo senziwa u

Nivash & Associates
t/a Exclusive Kitchens

ngaphansi kwalo Mthetho kaMasipala ogagulwe ngenhla ku

Mr S Mchunu sikaMasipala waseThekwini sokugunyazwa ukusebenzisa u

12 Shepstone Industrial Park,
2 Blas Road,
New Germany

ngenhloso yokwenza lo msebenzi olandelayo oyinto evumelekile ebalwe kuSheduli 1 walo mqulu weMithetho kaMasipala: Manufacturing of cupboards

Noma ngubani ofisa ukuphikisana nokusetshenziswa kwale ndawo ukwenza lo msebenzi unikwa ithuba lokuba azwakalise ukuphikisana kwakhe nalokhu zingakapheli izinsuku eziyi-14 (eziyishumi nane)
kusukela ngosuku okukhishwe ngalo lesi saziso ngokuthumela isaziso sakhe salokho esibhalwe phansi esiqukethe amagama akhe, imininingwane yokuxhumana naye, ikheli lakhe kanye nezizathu zakhe zokuphikisana nalokhu okuhlongozwayo lapha.
Lesi saziso kufanele sithunyelwe kuleli kheli:

Isisebenzi esigunyaziwe:
Mnumzane Scelo Mchunu

Ikheli:
1 William Lester Dr, Westville, Durban

Inombolo yocingo:
031 311 6638/5157

Ikheli le-email: scelo.mchunu@durban.gov.za Amakhophi alesi sicelo okukhulunywa ngaso lapha kanye nalesi saziso kuyatholakala kwabafisa ukuphawula kuleli kheli:

(Ikheli le-website yenkampani)

Nivash Bhyro Deyal

12 Shepstone Industrial Park 2 Blas Road New Germany 4090

Reference Number: NV000768

View All Classifieds View Legal Notices Entries

Back to top button