NV000233
Isicelo semvume yokwenza Izinto Ezivumelekile ngokweSigaba 6 (1) soMthetho kaMasipala WeTheku Wohla Lwezinto Ezivumelekile Lesi yisaziso sokwenziwa kwesicelo senziwa u Erase Data (Pty) Ltd (igama lenkampani) ngaphansi kwalo Mthetho kaMasipala ogagulwe ngenhla ku Mr Scelo Mchunu (isisebenzi esigunyaziwe) sikaMasipala waseThekwini sokugunyazwa ukusebenzisa u Unit 10, Shepstone Park, 2 Blase Road New Germany, Kwa-Zulu Natal (ikheli lenkampani nenombolo yesiza) ngenhloso yokwenza lo msebenzi olandelayo oyinto evumelekile ebalwe kuSheduli 1 walo mqulu weMithetho kaMasipala: Waste Material salvaging, collecting, storing, sorting, treating, processing or recycling/reclaiming. Noma ngubani ofisa ukuphikisana nokusetshenziswa kwale ndawo ukwenza lo msebenzi unikwa ithuba lokuba azwakalise ukuphikisana kwakhe nalokhu zingakapheli izinsuku eziyi-14 (eziyishumi nane) kusukela ngosuku okukhishwe ngalo lesi saziso ngokuthumela isaziso sakhe salokho esibhalwe phansi esiqukethe amagama akhe, imininingwane yokuxhumana naye, ikheli lakhe kanye nezizathu zakhe zokuphikisana nalokhu okuhlongozwayo lapha. Lesi saziso kufanele sithunyelwe kuleli kheli: Isisebenzi esigunyaziwe: Mr Scelo Mchunu Ikheli: 1 William Lester Dr, Westville, Durban Inombolo yocingo: 031 311 6638/31 Ikheli le-email: Scelo.mchunu@durban.gov.za Amakhophi alesi sicelo okukhulunywa ngaso lapha kanye nalesi saziso kuyatholakala kwabafisa ukuphawula kuleli kheli: (Ikheli le-website yenkampani) Erase Data (Pty) Ltd info@erasedata.co.za 010 500 7674 www.erasedata.co.za Applicant: Colin Higgins, 127 Greenstone Ridge, Emerald Boulevard, Modderfontein, 1609
Reference Number: NV000233