Editor's choiceMunicipalNews

Umphakathi usuxakwe yiphuma lendle e (20)

A leaking sewer has got up residents' noses in extension 20, Sibongile

Umphakathi wase (Extension 20) eSibongole ‘sebewotha ubomvu’ emva kokuba bexakwe yindle esigcwele imigwaqo nasemakhaya kulelilokishi. Lendawo yase (20), indawo yezindlu zemixhaso.
Izakhamuzi kulemizi zithi selokhu zangena kulezindlu ngonyaka ondlule baxekwe yindle ebhibhidla emaphayiphini.
Bathi amanye amaphayiphi endle awavalekile, nemigwaqo igcwala amanzi ahlangene nedle.

27sewer4 (Medium)

Basola inkampani eyayifaka lamaphayiphi. Ikhansela laliwadi, uMnuz Thulani Mahaye naye usigxeke kakhulu lesisimo wathi kumele amakhansela ahlangane kuqhamukwe nesisombululo saloludaba.Igxenye yendawo yase (20) inephuma lendle impilo ayizikubakhona ezinganeni ezincane, abanye bezakhamuzi bathi uma kushisa ilanga kubheda kakhulu. Esinye sesitamikoko esifaka indle sivalwe nguntshani siya -blocka bese indle incgwala umgwaqo wonke ihlangane namanzi emvula.
Zithi izakhamuzi nomgwaqo awukho ezingeni akunamisela ehambisa amanzi uma kunezikhukhula.
Ama -Ward Committee athi kudala elibika loluda ezikhulwini zomkhandlu kodwa akekho abafuna ukuzwa isikhalo sabo.
Bathi sebecabanga nokwenza ukhukhulela ngoqo wemashi bayise kwamasipala. Umkhandlu wase Mzinyathi ubukeliwe yi -Courier mayelana naloludaba, bathembisa ukuthi bazolusukumela ngokushesha.

At Caxton, every story is written by humans. We use AI only to perform quality checks - never to generate the news. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Terry Worley

Terry Worley has been associated with the Courier for many years and is involved in the community covering a variety of issues affecting residents. He has a passion for local politics and for the history of the area.

Related Articles

Back to top button