Community galleriesGalleriesLatest NewsLocal newsNewsNews galleries

Kuyanda ukwesaba kulaba omazisi babo bagcinwe omashonisa

Abahlali bakhala ngokungakwazi ukuzibheke ngempelasonto neIEC ngoba omazisi babo bagcinwe omashonisa.

Ukwesaba okwandayo kulaba abafuna ukuqiniseka amakheli abo ngempelasonto ukubheka ukubhalisela ukuvota, angeke bekwazi ukuzibheka ngenxa yomashonisa abonakele abagcine omasizi (ID) babo. Ikhansela la Ward 7,uDr Sandy Bedassi, utshele iCourier ngoMsombuluko ukuthi usethole izincingo eziningi kubahlali abakhathazekile abathe angeke bekwazi ukuzibheka amakheli neIEC ngoba bathathe imali izalayo komashonisa, babanika nomazisi babo kanye namakhadi aba esondlo (SASSA).
“Siyaqonda ukuthi lomkhuba awukho emthethweni , okumele kwenzeke kulaba abathatha imali komashonisa mabahambise amakhophi aqinisekisiwe emaphoyiseni omazisi babo njengobufakazi. Akekho umuntu onganqatshelwa ithuba lokuvota, sizo kwenza uphenyo olwengeziwe” kuchaza uDr Bedassi.

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button