Local newsNews

‘Isandla esiphayo singcono kunesamukelayo’ kusho uKhanyisile Ntombela

UNkz Khanyisile Ntombela ongumphathi weMantosks Trading Enterprise wanikelela imindeni eyamashumi amabili nambili aselokishini lase Sibongile ku Ex 18, 20 kanye nase France ngo Zibandlela. UKhanyisile wakhetha imimndeni ephethwe izingane ezinganabani ezingamashumi naye kanye nabadala basendaweni abangamashumi nanye.Uchaze wathi:”INkosi nje yangibusisa ngabona ukuthio nami angibuyisele izibusizo zami emphakathini, bengiqala ukwenza into efana nalena kodwa ngiyathemba ukuthi …

UNkz Khanyisile Ntombela ongumphathi weMantosks Trading Enterprise wanikelela imindeni eyamashumi amabili nambili aselokishini lase Sibongile ku Ex 18, 20 kanye nase France ngo Zibandlela. UKhanyisile wakhetha imimndeni ephethwe izingane ezinganabani ezingamashumi naye kanye nabadala basendaweni abangamashumi nanye.Uchaze wathi:”INkosi nje yangibusisa ngabona ukuthio nami angibuyisele izibusizo zami emphakathini, bengiqala ukwenza into efana nalena kodwa ngiyathemba ukuthi angeke ngigcine futhi”. Ngifuna nje ukubonga ikomedi lase Ward 2 ngoba ilona engasebenzisana nabo ukuthi sikhethe lemindeni efanele ukuthola, eqhuba.


HAVE YOUR SAY:
Like our Facebook page, follow us on Twitter and Instagram or email us at dundee.courier@caxton.co.za.  Add us on WhatsApp 071 277 1394.

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button