LettersOpinion

Zizuzani izakhamuzi ngezichuse?

Mhleli Uhulumeni ubukelaphansi izakhamuzizase eNdumeni ngokuba achithe imali engu R2million ukwakha isichise sika Mama Majuba Mhlungu owayengomunye wezigayigayi zikaKhongolose. Lemali yezintela zethu ayisetshensizwanga ngani ulwenza ngcono izimpilo zabantu ngengoba inhlangano ebusayo ihlale ifundekela abantu ngokuthi yakha impilo engcono kuwo ownke umuntu. Siyazai ukuthi lesichise sekunethendwa ezokhishwa ukuze sikhandwe abathile abasondelene nezikhulu Ayithathwanga ngani lemali yafundisa …

Mhleli
Uhulumeni ubukelaphansi izakhamuzizase eNdumeni ngokuba achithe imali engu R2million ukwakha isichise sika Mama Majuba Mhlungu owayengomunye wezigayigayi zikaKhongolose.
Lemali yezintela zethu ayisetshensizwanga ngani ulwenza ngcono izimpilo zabantu ngengoba inhlangano ebusayo ihlale ifundekela abantu ngokuthi yakha impilo engcono kuwo ownke umuntu.
Siyazai ukuthi lesichise sekunethendwa ezokhishwa ukuze sikhandwe abathile abasondelene nezikhulu Ayithathwanga ngani lemali yafundisa izingane ezintulayo kuma -Technicon ukuze zithole amakhono adingekayo okanye yakhe amathuba omsebenzi awo wonke umuntu ongasebenzi.
Kwachithithwa imali elinganiselwa ku R2milliom kwakhiwa ipaki yona lena ebizwa ngoMajuba futhi ezofakwa esisichuse. Ubani lona obona ukuthi umphakathi ufuna lesisichuse? Ngabe nalabo abanye ababoshwe nabo ngabe nabo bazokwakhelwa yini izichuse ( statue).
Ngabe izakhamuzi zazivotela izichuse na? Kazi iculo le Radical Economic Transformation Lofezeka yini uma kudlalwa ngemali kanjena.
Ngu Mumezweni kaMgoza eNdumeni

At Caxton, every story is written by humans. We use AI only to perform quality checks - never to generate the news. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button