SR016152

ISAZISO SOMPHAKATHI

UMASIPALA WASE- INKOSI MTUBATUBA

ISIMEMO SOKUPHAWULA MAYELANA NESIPHAKAMISO SOKUTHUTHUKISWA KOMHLABA Kuyaziswa ukuthi isicelo esihlanganisiwe sokuthuthukiswa komhlaba sifakwe kuMasipala, ngokwe-Spatial Planning and Land Use Management Act, 2013 (uMthetho No. 16 ka-2013), sifundwa kanye neSahluko 4, iSigaba 46 (h), (m), (c) kanye (i) soMthetho kaMasipala waseMtubatuba we-Spatial Planning and Land Use Management, 2017, mayelana nalokhu okulandelayo:

I. UKWAHLUKANISWA KWE-ERF 197 MATUBATUBA KUBE INGXENYE 1 KANYE NENDAWO ESELE, ZOMBILI ZIBE NGAPHANSI KWE-ERF 197 MATUBATUBA (NGOKWESIGABA 46(H) SOMTHETHO KAMASIPALA WASEMTUBATUBA WE-SPLUM KA-2017);
II. UKWAHLUKANISWA KWENDAWO ESELE KA-ERF 2751 MATUBATUBA KUZE KUDALWE U-ERF 3560 MATUBATUBA KANYE NENDAWO ESELE KA-ERF 2751 MATUBATUBA (NGOKWESIGABA 46(H) SOMTHETHO KAMASIPALA WASEMTUBATUBA WE-SPLUM KA- 2017);
III.UKWAHLUKANISWA KWEFAMU GLENNIE NO. 16078 KUZE KUDALWE INGXENYE 1 KANYE NENDAWO ESELE, ZOMBILI ZIBE NGAPHANSI KWEFAMU GLENNIE NO. 16078 (INGXENYE 1 IZOQANJWA KABUSHA NJENGO-ERF 3561 MATUBATUBA LAPHO IBHALISWA) (NGOKWESIGABA 46(H) SOMTHETHO KAMASIPALA WASEMTUBATUBA WE-SPLUM KA-2017);
IV.UKUVALWA KOMGWACO WOMPHAKATHI OKU-ERF 3560 MATUBATUBA (NGOKWESIGABA 46(M) SOMTHETHO KAMASIPALA WASEMTUBATUBA WE-SPLUM KA-2017);
V. UKUHLELWA KABUSHA KWA-ERF 3560 MATUBATUBA KUSUKA KU- `ROAD` KUYA KU- `BUSINESS 1` (NGOKWESIGABA 46(C) SOMTHETHO KAMASIPALA WASEMTUBATUBA WE-SPLUM KA-2017);
VI. UKUHLELWA KABUSHA KWENDAWO ESELE KA-ERF 197 MATUBATUBA KUSUKA KU- `BUSINESS 1` KUYA KU- `ROAD` (NGOKWESIGABA 46(C) SOMTHETHO KAMASIPALA WASEMTUBATUBA WE-SPLUM KA-2017); KANYE
VII.UKUHLANGANISWA KWENGXENYE 1 KA-ERF 197, I-ERF 3560 KANYE NE-ERF 3561, KONKE KUSEMATUBATUBA, KUZE KUDALE U-ERF 3562 MATUBATUBA EHLANGANISIWEYO (NGOKWESIGABA 46(I) SOMTHETHO KAMASIPALA WASEMTUBATUBA WE-SPLUM KA-2017).

Inhloso yesicelo:
UKUVUMELA UKWAKHIWA KWESIKHUNGO ESISHA SOKUTHENGA SOMPHAKATHI ENDAWENI EHLANGANISIWEYO, OKUHLONGOZWA UKUBA IBE NGU-ERF 3562 MATUBATUBA.

Incazelo yezakhiwo:
•I-ERF 197 MATUBATUBA
•INDAWO ESELE YE-2751 MATUBATUBA (EYAZIWA FUTHI NJENGE- TOWNLANDS OF MATUBATUBA NO. 1600)
•IFAMU GLENNIE NO. 16078

Ikheli lomgwaqo:
INDAWO YESICELO ITHOLAKALA EKHONENI LOMGWAQO U-R618 NO-JOHN ROSS HIGHWAY, E- MTUBATUBA CBD

2824`50″ S; 3212`45″ E. Ikhophi yesicelo kanye nemibhalo ehambisana naso izotholakala ukuze ihlolwe amalungu omphakathi anentshisekelo phakathi kwamahora okusebenza kusukela ngo-08h00 kuya ku-16h00, okusuka ngoMsombuluko mhla zingama- 26 kuMfumfu 2026 kuya kuLwesihlanu mhla zingama- 27 kuLwezi 2026 (ngaphandle kwamaholide omphakathi), emahhovisi kamasipala – Development Planning Unit, kuMasipala wase-Inkosi Mtubatuba. Ukuphawula ngesicelo, okungase kuthunyelwe ngeposi, nge- email noma ngesandla, kumele kuthunyelwe kumasipala kungakedluli umhlaka 27 kuLwezi 2026.

Imibono ingathunyelwa ngeposi elibhalisiwe, ngefeksi, nge-email noma ngesandla kulemininingwane engezansi:

1. Umasipala: Ms. M. Sibiya,

Erf 1288 KwaMsane Township
P.O Box 52
Mtubatuba

3935
Tel: 087 106 9810/ 035-940 1221
E-mail: masi.planning@mtubatuba.gov.za

2.Umfakisicelo :
STRUWIG Town & Regional Planners
122 Balcomb Street,

KwaDukuza
4450
Tel: 082 801 8093/ 071 863 6656
Email: hannes@iafrica.com / jeveshnaicker.strp@gmail.com

N.B: Imibono kufanele ibe nalemininingwane elandelayo ukuze kubhekwe njengokuvumelekile:
•Igama nekheli lomuntu ofaka umbono;
•Ikheli lapho lowo muntu angathola khona izaziso (kungaba i-feksi noma i-imeyili);
•Intshisekelo yalowo muntu kulesi sicelo;
•Izizathu zokuphikisa.

Ukuhluleka ukwenza izincomo nezikhalazo mayelana nalesi saziso kanye nokufaka imininingwane yokuxhumana kuzokuphuca ilungelo lokuthunyelwa imininingwane mayelana nohlelo lokwaziswa komphakathi nelungelo lokuphikisa isicelo. Umuntu osevele ethumelile imibono mayelana nalesi Sicelo akudingeki ayithumele futhi uma isaziso sasikhishiwe ngaphambilini mayelana nelesi sicelo esifanayo. INKOSI MTUBATUBA LOCAL MUNICIPALITY

MUNICIPAL MANAGER
MR. T.V XULU

26-10-2026

Reference Number: SR016152

View All Classifieds View Legal Notices Entries

Back to top button