AW014610

Press and Notice Board Advert (isiZulu) Isicelo semvume yokwenza Izinto Ezivumelekile ngokweSigaba 6 (1) soMthetho kaMasipala WeTheku Wohla Lwezinto Ezivumelekile Lesi yisaziso sokuthi kwenziwe isicelo senziwa u Rentokil Initial PTY LTD ngaphansi kwalo Mthetho kaMasipala ogagulwe ngenhla ku Mrs Nondumiso Nxumalo sikaMasipala waseThekwini sokugunyazwa ukusebenzisa u 9 Schenk Road, Pinetown, KZN, 3608 ngenhloso yokwenza lo msebenzi olandelayo oyinto evumelekile ebhalwe kuSheduli 1 walo mqulu weMithetho kaMasipala: Ukuhlinzekwa kwemisebenzi emelene nokunqanda izilwane ezilimazayo okusho ukuthi: – Ukunakekelwa nokuvikelwa kwezindawo zonke ezindaweni zokuhlala kanye nokulahlwa kadoti imishini nezinsiza ezisebenza kakhulu – Ukuhanjiswa okufezekayo kokugcinwa kwamakhemikhali, amathuluzi okufafaza, kanye nensiza yokusebenza lapha Noma ngubani ofisa ukuphikisana nokusetshenziswa kwale ndawo ukwenza lo msebenzi unikwa ithuba lokuba azwakalise ukuphikisana kwakhe nalokhu zingakapheli izinsuku eziyi-14 (eziyishumi nane) kusukela ngosuku okukhishwe ngalo lesi saziso ngokuthumela isaziso sakhe salokho esibhalwe phansi esiqukethe amagama akhe, imininingwane yokuxhumana naye, ikheli lakhe kanye nezizathu zakhe zokuphikisana nalokhu okuhlongozwayo lapha. Lesi saziso kufanele sithunyelwe kuleli kheli: Isisebenzi esigunyaziwe: Mrs Nondumiso Nxumalo Ikheli: 1 William Leister Drive, Westville Civic Centre, Westville Inombolo yocingo: 031 311 6638 Ikheli le-email: nondumiso.nxumalo@durban.gov.za Amakhophi alesi sicelo okukhulunywa ngaso lapha kanye nalesi saziso kuyatholakala kwabafisa ukuphawula kuleli kheli: www.rentokil-initial.com

Reference Number: AW014610

View All Classifieds View Legal Notices Entries

Back to top button