LettersOpinion

Sikhathele ukukhohliswa

Mhleli, Ngithi kuwe Mhleli wePhephandaba lethu elishaya phamabili ngithi ngazisa umphakathi osuthukuthele ‘ugana unwabu’ wase Dlamini Village ngemashi enkulu ezoba ngomhlaka 22 ezosuka kuZiga Street ize njalo izifi ke ivale kuma McKenzie Street. Izobe isisuka ngo 11-30 iphelele kumasipala wase Ndumeni. Inhloso yalemashi ukufuna izindlu zethu esathenjiswa kusukela ngonyaka ka 1993. Kuyo yonke leminyaka besi …

Mhleli,
Ngithi kuwe Mhleli wePhephandaba lethu elishaya phamabili ngithi
ngazisa umphakathi osuthukuthele ‘ugana unwabu’ wase Dlamini Village
ngemashi enkulu ezoba ngomhlaka 22 ezosuka kuZiga Street ize njalo izifi ke
ivale kuma McKenzie Street. Izobe isisuka ngo 11-30 iphelele kumasipala wase Ndumeni. Inhloso yalemashi ukufuna izindlu zethu esathenjiswa kusukela ngonyaka ka 1993. Kuyo yonke leminyaka besi lokhu sikhohliswa, manje sekufi ke lapho sikhathala khona, sesithule isikhathi eside. Sohlangana khona .Ozithobayo ngu Mfoka Sigqiki Dladla uSihlalo wase Dlamini Village ofuna olunye ulwazi angathintana naye kulenamba 079 369 7641.

At Caxton, every story is written by humans. We use AI only to perform quality checks - never to generate the news. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button