
Mhleli – Umndeni wakwa Mkhwanazi eSibongile ku 884 Madondo Street uthanda ukubonga kakhulu ngokwesekwa ngesikhathi sihanjelwe indodana yethu endala.
Sibonga omakhelwane, izihlobo, amabandla, abangani, intsha kanye nawo wonke umphakathi obenathi ngesikhathi sobunzima.
Enikwenze kuthina ngathi ningakwenza nakwabanye.
Ozithobayo,
Simpiwe Mkhwanazi

HAVE YOUR SAY:
Like our Facebook page, follow us on Twitter and Instagram or email us at dundee.courier@caxton.co.za. Add us on WhatsApp 071 277 1394.
At Caxton, every story is written by humans. We use AI only to perform quality checks - never to generate the news. Happy reading!



