MX123629

ISICELO SEMVUME YOKWENZA IZINTO EZIVUMELEKILE NGOKWESIGABA 6(1) SOMTHETHO KAMASIPALA WETHEKU WOHLA LWENZINTO EZIVUMELEKILE Lesi yisaziso sokuthi kuzokwenziwa isicelo senziwa u ngaphansikwalo Natal Solvent Recovery (Pty) LTD ogagulwe ngenhia ku (isisebenzi esigunyaziwe) sikaMasipala waseThekwini sokugunyazwa ukusebenzisa u 10 Clubhouse Place, Westmead, erf:7591, ngenjloso yokwenza lo msebenzi olandelayo oyinto evumelekile ebalwe kuSheduli 1 walo mqulu weMthetho kaMasipala:
•Solvent and Oile – Recovery, Recylcing and Storage

Noma ngubani ofisa ukuphikisana nokusetshenziswa kwala ndawo ukwenza lo msebenzi unikwa ithuba lokuba aswakalise ukuphikisana kwakhe nalokhu zingakapheli izinsuku eziyi – 14 (eziyishumi nane) kusukela ngosuku okukhiswengalo lesi saziso gnokuthumela isaziso sakhe salokho esibhalwe phansi esiqukethe mamgama akhe, imininingwane yokuxhumana naye, ikheli lakhe kanye nezizathu zakhe zokuphikisana nalikhu okuhlongozwayo lapha. Lesi saziso kufanele sithunyelwe kuleli khelo:

Isisebeziesingunyaziwe: Zakhe Nxumalo
Ikheli: 18 Chapel Street, Pinetown Inombolo yocingo: 031- 311 1000 Ikheli le-Email: zakhe.nxumalo@durban.gov.za
Amakhophi alesi sicelo okukhulunywa ngaso lapha kanye nalesi saziso kyatholakala kwabafisa ukuphawula kuleli kheli:
Natal Solvent recovery (Pty) LTD 031- 700 4841

Reference Number: MX123629

View All Classifieds View Legal Notices Entries

Back to top button