BlogsOpinion

AA Advice: Kungabe uphuza uphuzo oludakisayo ngokwedlulele?

Kungabe ukuphuza kuwisa isithunzi sakho yini?

ENGLISH VERSION HERE: AA Advice: Are you an alcoholic?

Zibuze le mibuzo elandelayo, bese uyiphendula NGOKUKHULU UKWETHEMBEKA.

1. Kungabe uyaphutha emsebenzini ngenxa yokuphuza yini?
2. Kungabe ukuphuza kwakho kwenza kungabi nenjabulo ekhaya lakho yini?
3. Kungabe uphuza ngoba ufuna ukuqeda amahloni uma unabantu yini?
4. Kungabe ukuphuza kuwisa isithunzi sakho yini?
5. Kungabe usuke wazizwa uzisola emva kokuphuza yini?
6. Kungabe usuke wangena ezinkingeni zemali ngenxa yokuphuza yini?
7. Kungabe uphuza nabantu abasezingeni eliphansi kunawe noma uphuzela ezindaweni ezisezingeni eliphansi yini?
8. Kungabe ukuphuza kwakho kukwenza ukuba ungakwazi ukunakekela umndeni wakho yini?
9. Kungabe impokophelo yakho isithunazekile selokhu waqala ukuphuza yini?
10. Kungabe uyasilangaza isiphuzo esidakisayo ngesikhathi esithile sosuku yini?
11. Kungabe uyaye ufune isiphuzo esidakisayo ngelanga elilandelayo yini?
12. Kungabe ukuphuza kwakho kukwenza ukuthi uqwashe yini?
13. Kungabe amakhono akho ehlile selokhu waqala ukuphuza yini?
14. Kungabe ukuphuza kwakho kubeka umsebenzi noma ibhizinisi lakho engcupheni yini?
15. Kungabe uphuzela ukubalekela izinsizi noma izinkinga zakho yini?
16. Kungabe uphuza uwedwa yini?
17. Kungabe usuke walahlekelwa ukukhumbula izinto (ukungakhumbuli lutho) ngenxa yokuphuza yini?
18. Kungabe udokotela wakho useke wakulaphela ukuphuza yini?
19. Kungabe uphuzela ukuba ukwazi ukuzethemba yini?
20. Kungabe usuke waya esibhedlela noma esikhungwini sabaphuza kakhulu ngenxa yokuphuza yini?

Uma ngabe uphendule ngokuthi YEBO komunye wale mibuzo, lokho kuyisexwayiso sokuthi KUSENGENZEKA ukuba usebenzise isiphuzo esidakayo ngokwedlulele.

Uma ngabe uphendule ngokuthi YEBO emibuzweni emibili yale mibuzo, KUNAMATHUBA AMAKHULU okuthi usebenzisa isiphuzo esidakayo ngokweqile. Uma ngabe uphendule ngokuthi YEBO emibuzweni emithathu noma ngaphezulu, U

Just for today
I stand for something. My strength is the result of living my values.

The AA Estcourt branch hosts meetings every Tuesday at Forderville Primary School from 7pm to 8pm. Contact Desigan on 082 849 3014.

The AA Winterton branch hosts meetings every Thursday at the Springfield Church opposite the police station from 7pm to 8pm. Contact Dolly on 071 688 5330 or Virgilo on 079 688 0432.

Click to receive news links via WhatsApp. Or for the latest news, visit our webpage or follow us on Facebook and Twitter.

At Caxton, we employ humans to generate daily fresh news, not AI intervention. Happy reading!

Support local journalism

Add The Citizen as a preferred source to see more from Northern Natal News in Google News and Top Stories.

Related Articles

Back to top button