AM044025

ISAZISO SESIKHUNGO ESINOBUNGOZI ENKULU (PHECELEZI, MAJOR HAZARD INSTALLATION
•MHI)
•AMAPHAYIPHI ANGAPHANDLE KWENDLELA YESIKHUNGO Mphakathi, kunikezwa isaziso sokuthi isikhungo sase Air Products eVanderbijlpark sibekwe njengesikhungoesinobugozi enkulu (phecelezi, Major Hazard Installation
•MHI) ngokuhambisana nomthetho wezempilonokuphepha emsebenzini, umthetho No. 85 ka- 1993, kanye nomithetho ye-Major Hazard Installationka- 2022.Lesi sikhungo sisebenza njengesikhungo esihlinzeka ngama phayiphi ahlinzeka ngoketshezi noma i-gesii- hydrogen kumakhasimende ahlukahlukene. Amaphayiphi aqala esikhungweni esisuka e-Air ProductseVanderbijlpark lesikhungo sikuleli kheli – ekhoneni lika-Delfos noMcColm Boulevard eVanderbijlpark,lamaphayiphi ahamba andlulela kumakhasimende atholakala kulendlela kuze kufike eSprings.Kule ndawo, (ukusuka kusikhungo sekheli, ekhoneni lika-Delfos noMcColm Boulevard eVanderbijlpark,amaphayiphi ahamba andlulele kumakhasimende atholakala endleleni kuze kufike eSprings) kuhambaamaphayiphi athwala noma ahlinzeka ngegesi ye- hydrogen eyingozi futhi evutha kalula umaingasentshenziswa kahle noma uma iphathwa budedengu.Uhlelo lwamaphayiphi seluhloliwe ukuzekubonakale ubungozi obungaba khona obuhambisana nokuphuma kwegesi i- hydrogen ngenxa yokuvuzanoma ukulimala kwephayiphi okungaholela kumlilo noma ukuqhuma kule ndawo.Izindawo eziseduze nalolu hlelo lwamaphayiphi endaweni yaseSprings zihlanganisa iTsakane, iDuduzakanye neKwa-Thema eduze komgwaqo iMain Reef Road.Ngokuhambisana nezimfuneko zeMithethonquboye-MHI, i-Air Products ithathe zonke izinyathelo ezifanele ukuqinisekisa ukuthi kuthotshelwa izindinganisozokuphepha, ezempilo kanye nezemvelo. Lezi zinyathelo zihlanganisa lokhu okulandelayo:` Ukwenza ukuhlolwa kobungozi obuningiliziwe okubizwa ngokuthi i-Quantitative Risk Assessment(QRA) kanye nokusebenzisa zonke izincomo ezivela kulolo cwaningo.` Ukwazisa uMhloli Omkhulu (Chief Inspector), uMqondisi Omkhulu: Provincial Operations, kanyenohulumeni bendawo abafanele.` Umbiko wokuhlolwa kobungozi be-MHI uzotholakala ukuze ubuyekezwe umphakathi futhikubanjwe izingxoxo zokubonisana. Simema amalungu omphakathi, imiphakathi eseduze kanyenabanye ababambiqhaza ukuthi babuyekeze lo mbiko wokuhlolwa kobungozi futhi babelanengemibono yabo, ukukhathazeka noma iziphakamiso zabo.Umbiko wokuhlolwa kobungozi uzotholakala ukuze ubukwe umphakathi emahhovisi e-Air ProductseSprings ngesikhathi samahora ajwayelekile omsebenzi (08:00 kuya ku-16:30 phakathi nezinsukuzomsebenzi).Ukuze uthole ulwazi olwengeziwe noma uthumele imibono ebhaliwe, sicela uxhumane no: Anton GrobbelaarArea Production ManagerContact Number: +2716.986.8544 or +2782.551.7482Email: Anton.Grobbelaar@airproducts.co.za

Reference Number: AM044025

View All Classifieds View Legal Notices Entries

Back to top button