AW014446
Isicelo semvume yokwenza Izinto Ezivumelekile ngokweSigaba 6 (1) soMthetho kaMasipala WeTheku Wohla Lwezinto Ezivumelekile Lesi yisaziso sokuthi kwenziwe isicelo, senziwa u Econocom 43 cc t/a East Coast Scrap ngaphansi kwalo Mthetho kaMasipala ogagulwe ngenhla kuNkosikazi Nondumiso Nxumalo (umsebenzi ogunyaziwe) kaMasipala weThekwini; sokugunyazwa ukusebenzisa 9 Jetgirl Park, 6 Torlage Rd New Germany 3610, Section 9, 55 Jetgirl Park ngenhloso yokwenza lo msebenzi olandelayo oyinto evumelekile ebalwe kuSheduli 1 walo mqulu weMithetho kaMasipala: Ukugaywa kabusha / ukubuyisa Noma ngubani ofisa ukuphikisana nokusetshenziswa kwale ndawo ukwenza lo msebenzi unikwa ithuba lokuba azwakalise ukuphikisana kwakhe nalokhu zingakapheli izinsuku eziyi-14 (eziyishumi nane) kusukela ngosuku okukhishwe ngalo lesi saziso ngokuthumela isaziso sakhe salokho esibhalwe phansi esiqukethe amagama akhe, imininingwane yokuxhumana naye, ikheli lakhe kanye nezizathu zakhe zokuphikisana nalokhu okuhlongozwayo lapha. Lesi saziso kufanele sithunyelwe kuleli kheli: Isisebenzi esigunyaziwe: Mrs Nondumiso Nxumalo Ikheli: 1 William Leister Drive, Westville Civic Centre, Westville Inombolo yocingo: 031 311 6638 Ikheli le-email: nondumiso.nxumalo@durban.gov.za Imininingwane yenkampani yokuphikisa Ikheli le-email: eolivier.kzn@gmail.com Amakhophi alesi sicelo okukhulunywa ngaso lapha kanye nalesi saziso kuyatholakala kwabafisa ukuphawula kuleli kheli: Umtapo wolwazi wendawo. Umfakisicelo: E.Olivier C/o Econocom 43 cc t/a East Coast Scrap Unit 9 Jetgirl Paark 6 Torlage Street New Germany 3610
Reference Number: AW014446