AW014451

Press Advert (isiZulu) Isicelo semvume yokwenza Izinto Ezivumelekile ngokweSigaba 6 (1) soMthetho kaMasipala WeTheku Wohla Lwezinto Ezivumelekile Lesi yisaziso sokuthi kuzokwenziwa isicelo senziwa uGrindrod Logistics Pty (Ltd) ngaphansi kwalo Mthetho kaMasipala ogagulwe ngenhla ku Sthembiso Mbanjwa sikaMasipala waseThekwini sokugunyazwa ukusebenzisa uCatoZulu industrial Park, Harisson, old Main Road, Cato Ridge,3680 ngenhloso yokwenza lo msebenzi olandelayo oyinto evumelekile ebalwe kuSheduli 1 walo mqulu weMithetho kaMasipala: `Reefer Container Storage & Handling `Wedling & Spray painting `Mechanical & Refrigeration Repairs *Container Washing & Cleaning Noma ngubani ofisa ukuphikisana nokusetshenziswa kwale ndawo ukwenza lo msebenzi unikwa ithuba lokuba azwakalise ukuphikisana kwakhe nalokhu zingakapheli izinsuku eziyi-14 (eziyishumi nane) kusukela ngosuku okukhishwe ngalo lesi saziso ngokuthumela isaziso sakhe salokho esibhalwe phansi esiqukethe amagama akhe, imininingwane yokuxhumana naye, ikheli lakhe kanye nezizathu zakhe zokuphikisana nalokhu okuhlongozwayo lapha. Lesi saziso kufanele sithunyelwe kuleli kheli: Isisebenzi esigunyaziwe: Sthembiso Mbanjw Ikheli: Health Ofiice, 8 Link Road, Waterfall, 3610 Inombolo yocingo: 031 311 6956 Ikheli le-email: Sthembiso.Mbanjwa@durban.gov.za Amakhophi alesi sicelo okukhulunywa ngaso lapha kanye nalesi saziso kuyatholakala kwabafisa ukuphawula kuleli kheli: www.grindrodlogistics.com

Reference Number: AW014451

View All Classifieds View Legal Notices Entries

Back to top button