AW014047

Isicelo semvume yokwenza Izinto Ezivumelekile ngokweSigaba 6 (1) soMthetho kaMasipala WeTheku Wohla Lwezinto Ezivumelekile Lesi yisaziso sokuthi kuzokwenziwa isicelo senziwa u Grindrod Logistics Pty (Ltd) ngaphansi kwalo Mthetho kaMasipala ogagulwe ngenhla ku Sipho Shangase
•Environmental Health sikaMasipala waseThekwini sokugunyazwa ukusebenzisa u 34 Wisely Road, Maydon Wharf, Durban ngenhloso yokwenza lo msebenzi olandelayo oyinto evumelekile ebalwe kuSheduli 1 walo mqulu weMithetho kaMasipala: Iron Ore Manganese Noma ngubani ofisa ukuphikisana nokusetshenziswa kwale ndawo ukwenza lo msebenzi unikwa ithuba lokuba azwakalise ukuphikisana kwakhe nalokhu zingakapheli izinsuku eziyi-14 (eziyishumi nane) kusukela ngosuku okukhishwe ngalo lesi saziso ngokuthumela isaziso sakhe salokho esibhalwe phansi esiqukethe amagama akhe, imininingwane yokuxhumana naye, ikheli lakhe kanye nezizathu zakhe zokuphikisana nalokhu okuhlongozwayo lapha. Lesi saziso kufanele sithunyelwe kuleli kheli: Isisebenzi esigunyaziwe: Sipho Shangase
•Environmental Health Ikheli: 81 Flower Rd Clairwood Inombolo yocingo: (031) 311 5150 / 311 5165 Ikheli le-email: Sipho.Shangase@durban.gov.za

Reference Number: AW014047

View All Classifieds View Legal Notices Entries

Back to top button